POPULARITY
Categories
Is digital technology causing havoc in your family? Author Brad Huddleston explores the negative impact of technology on families and compares its effects to narcotic addiction. Brad offers advice to parents who may be worried about their child's addiction to digital devices. Focus on the Family Africa

Focus on the Family Africa — Ngingawasiza kanjani ama - teen ami ukuhlanganisa ukusebenza okufanele kwe - cell phone kunye nokuhlonipha abanye? ekuqaleni ngangithakasile ukunika undodana nondodakazi wami ama phone ngoba ngangifuna sihlale sixhumana. Kodwa nje sengiqala ukuphatheka kabi ngendlela ama phone abo asebaphethe ngayo. Singaba endlini eyodwa nabo – kodwa uma nje begqolozele ama phone abo – okubukeka kuyinto ehlale bekuyo – ngiveze ngibe umuntu ongekho ngikhona. Yini engenziwa ngalokhu?
Focus on the Family Africa — Your home should be a place of comfort and peace, but instead, you find yourself overwhelmed with clutter. What do you do? Kathi Lipp helps you better understand the spiritual issues behind clinging to your stuff. She’ll give you practical tips to find the purpose for each room of your home and declutter your space, while building relationships.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Ngingabhekana kanjani nobuhlungu be divosi ngicabe indlela entsha yezingane zami name siqu? Ngiyavuma ukuthi ngakhetha kabi. Esibi kunazo zonke ukuthi ngaqhela emndenini wami ngesikhathi kushuba emshadweni wami sengehlulwa ukubhekana nakho.Ngibona manje ukuthi ukuqhela kwami akulethanga kimi kuphela ubuhlungu, kodwa nasezinganeni zami. Osekwenzekile kwenzekile, futhi akukho osekungaguqula ubuhlungu engabudala.Ngizizwa nginecala elikhulu! Ngiphendukele kukuphi manje?
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Are you prepared to answer your kids’ tough questions about faith, God, and the Bible? Apologist Natasha Crain outlines four of the most important questions you need to discuss with your children, like—“Why did Jesus need to die on the cross for our sins?”.
Focus on the Family Africa — Njengomuntu osohambweni lokusinda kwi addiction, ngingamthola kanjani ozohamba nami kumagxathi anzima okuqala ohambweni lokulapheka? Ninazo iziluleko ekukhetheni umsizi othembekile nokuthi lobobudlelwane bubukeke kanjani? Ngothokoza kakhulu kweningakuphakamisa ngalesimo.
Focus on the Family Africa — Kungani kumele ukuba ‘ngithobele’ uhulumeni engikholwa uhamba lugugube? Ngiyalithanda izwe lakithi futhi ngithanda ukuzibandakanya nombusazwe wezwe wakithi ,kodwa ngiyadideka okushiwo yibhayibheli ngalesihloko. Kodwa kwenzeka kanjani ukuthi uPhawuli atshele aMaKhrestu ukuba athobele [Kwabase Roma 13 : 1-7] nxashana kusicacele kahle ukuthi ohulumeni bomhlaba bonakele abanabulungiswa? UmKhrestu enze njani uma ebona ukuthi uhulumeni wakhe awunabuNkulunkulu?
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — You won’t want to miss the inspiring insight of parenting coach, where Hettie shares keys to becoming a supernaturally natural mom instead of buying into the myth of the Supermom. Don't give YOURSELF up for adoption just yet! Listen to the truth that you are the perfect mom for your kids.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Everyone has needs — but you may not know how to meet them in healthy ways! Dr. Kathy Koch [COOK] explains how to find your security, identity, belonging, purpose and competence through a relationship with God, and with good, godly people.
Focus on the Family Africa — Yimuphi umehluko phakathi kwe OCD ne OCPD? Ngididwa yilamagama, okwenza kube nzima ukuthola usizo lokusiza uwakwami, osesimweni [ngokubona kwami] okhombisa ukuba sehabeni ukwenza izinto ngengqondo yakhe.Ningangipha umehluko?
Focus on the Family Africa — Njengomzali ngingabhekana kanjani nengane yami, ngezikhathi la khona kunobududu bobuqhuqhu bezibhamu, izimbubhane zemvelo, nezinye izimo ezihlasimulisayo ezingokuthatheka kwempilo? Ngabe kumele ngenze okuseqophelweni ukubasitha kulololwazi-okuyinto engelula neze ngokwezindaba ezingena zilekanyana kwezokusakaza kulezinsuku? Kumbe ngizame ukukhulama nabo ngakho?
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Everyone has needs — but you may not know how to meet them in healthy ways! Dr. Kathy Koch [COOK] explains how to find your security, identity, belonging, purpose and competence through a relationship with God, and with good, godly people.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — She never dreamed of being a mom. So when she found herself wiping noses and changing diapers, she began to sink into a cycle of depression. Kara-Kae James discusses how counseling, grace, and time with the Lord helped her begin to thrive as a mom.
Focus on the Family Africa — Uthini umbono wenu ngokusebenzisa amaphilisi okuhlela ? Sisanda kushada sizama ukucabangisisa ngendlela eseqophelweni eliphezulu ukuthi siwabuke kanjani,kodwa sithola umyalezo ohlukene kubahlobo bethu,amalunga omndeni ,nodokotela.Omunye umzalwane esimaziyo ukholwa ukuthi naluhlobo luni lokuhlela umndeni lumelene necebo likaNkulunkulu. Asazi sicabange kuphi.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Yikuphi engingakwenza ngokungabi kwami nkamu nkamu ngabangane bomkhwenyana wami? Sithokozile futhi sisebudlelwaneni obuhle kakhulu,ngaphandle kwento eyodwa: angizwani nabangane bakhe.Ikhona indlela yokusombulula lenkinga? Isiholela ekuphikisaneni nongqubuzano.
Focus on the Family Africa — Women need love. Men need respect. We’ve heard those concepts, but how do they apply in everyday life? Lisa Shea [SHAY] explains how the principles of Love and Respect saved her marriage, a marriage everyone - except God - had given up on.
Focus on the Family Africa — Sisemalungiselelweni okuhlukanisa kodwa kubukeka kuza mawala emndenini wonke.Izingane zethu sezenza izinto ngendlela ehlukile. Ezinye zezindlela zazo ngalesimo zenza ngikhathazeke ngazo. Yikuphi okuthathwa njengokulindelekile nokuphilekayo nakho esimweni esinjengalesi? Yikuphi okungenziwa ukubhekana naloludaba?
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Can this marriage be saved? Lisa Shea [SHAY] explains how her relationship with her husband descended into constant bickering and hostile feelings. She was on the brink of leaving him when God provided an answer. Find encouragement for your marriage.
Focus on the Family Africa — Ngingakholwa kanjani wukukuthi umnyeni wami usephendukile ebuhlungwini angidalele khona? Onyakeni owodwa odlule, ngithole ukuthi sekube ngeside isikhathi esothandweni nomunye wesifazane ngenhliziyo ejulile. Unokhondolo futhi lokuvese aqhume ngokudinwa okugcina kuholela ekuhlukunyezekweni ngamagama.Kaninganyana engijikijela ngezinto. Nakuba esaphuma kulobubudlelwane bokungibhaqa, kwathi ukwehlisa umoya wakhe, waze wathi ufisa siyothola nabaluleki ukuze sikhande umshado wethu, konke lokhu kungishiya ngididekile, wake wathi kimi , “Ngiyazi ngalimaza izinto phambili,nokho kunokuhle okuqhubekayo ngami”. kaninginingi ngikhuluma ngokuziphatha kwakhe okunodlame, uye aphendule athi; “Yebo ngike ngikujikijele ngezinto ,kodwa ngiye ngishwebe.” Aphinde athi wabugcina lobudlelwano iminyaka elishumi ngoba wayengafuni ukungiphula umoya. Angicabangi singahlabela phambili, kuze kube konke lokhu kulungisiwe engqondweni yami .Nicabanga kanjani?
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Despite what you may have heard, parenting a teenager can be a lot of fun! We’ll encourage you to look behind your teen’s words and behavior to discover their unique personality. Learn how to listen better and even monitor your mouth!
Focus on the Family Africa — If you’re married and wondering why it doesn’t always feel like you’re in love anymore, our guests are going to speak about their book called: Love Isn’t for Cowards. They’ll share their experiences in marriage and reassure couples that marriage isn’t always easy but it’s so worth it.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Obaba bangasiza kanjani amadodakazi abo afunde isizotha? Ngifuna indodakazi yami ikubambe lokhu phambi kokuba ibe yi-teenager. Kodwa ngizwa kuseceleni kimi ukukhuluma ngalesosihloko. Ngibona ukuthi kimi njengoyise ngingaba lusizo kuyo kulesisihloko kumbe ngibe wukuyidumaza, ingazizwa kahle. Yiliphi iqhaza eliqondile kubaba la?
Focus on the Family Africa — Gil and Brenda Stuart know all too well about the myriad of challenges that stepfamilies face. They’ll talk candidly about the pain associated with the loss of a previous marriage and the difficulties of navigating through parenting issues, as they share about a healthy path forward—through forgiveness.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Ngingehlisa kanjani ukwesaba enganeni yami ngoSathane? Ezinyangeni ezimbalwa umtanami ona 5 uyaqhaqhazela ngalesihloko. Uhlale njalo ebuza imibuzo ngoSathane, bese ebukeka ehlasimula ngalokhu angakwenza kuye.Uyaya kuSontoskole, siyathandaza sifunde ibhayibheli sonke ndawonye. Okwamanje, kubukeka konke lokho kungasizi. Ngizamile okusemandleni ukumqinisa, kodwa kumele ngivume ukuthi kwamina akukuningi engikwaziyo ngoSathane. Ningangitshela ngqo ukuthi zithini izibhalo ngaye?
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Ngingamtshela yini umnyeni wami ukuthi ngihuheka ngomngani wakhe oseduze naye? Ngike ngezwa kuthiwa loluhlobo lolwazi lungaxoxwa abaganene ngenhloso yokuvulekelana, nokho ngimanqika ukuthi kuwubuhlakani lokho. kulamadoda omabili akekho owaziyo ngofudulo lwami lwangaphakathi futhi angifuni ukulimaza ubungani babo. Ngenzenjani?
Focus on the Family Africa — Gil and Brenda Stuart know all too well about the myriad of challenges that stepfamilies face. They’ll talk candidly about the pain associated with the loss of a previous marriage and the difficulties of navigating through parenting issues, as they share about a healthy path forward—through forgiveness.
Focus on the Family Africa — God created physical intimacy for every season of marriage. Dr. Juli Slattery shares how newlywed couples can be mutually satisfied in their relationship. Learn how to nurture intimacy and lay a foundation for serving your spouse.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Ngibhekane kanjani nokungethembeki komkhwenyana wami osekwenzeke ngokuphindaphindwa aze angiqonde angicele ngqo ukuthi ufuna ukuba nothando lwaseceleni nomunye wesifazane? Yonke leminyaka umshado usube sesivunguvungwini. Ekugcineni nje useze wavuma ukuthi usothandweni nomunye ngasitha. Ngimthethelele ukuphinga kwakhe,kodwa manje uthi ufuna ukukhulisa ubudlelwano anabo bangaphandle ebe eqhubeka elayikhaya. Ngizimisele ukutakula umshado wethu, nokho angifuni ukumchukuluza. Ningangisiza?
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Ngingamvumela yini umfana wami ona 3 weminyaka ukuba adlale ngokugqoka izingubo nodadewabo? Akajabuliswa nje kuphela ukugqoka amalokwe abo odadewabo, kodwa uze agqoke nobucwebe bamantombazane. Kimi loluphawu alwehli kahle.Ngingalumisa kanjani?
Focus on the Family Africa — Looking for the perfect gift for your spouse? How about the gift of LOVE—long-lasting, passionate, head-over-heels love? We’ll hear from a man who is still in love with his wife, after 25 years. He’ll explain what makes an enduring marriage, and what you can do to keep the romance alive.
Focus on the Family Africa — This is a 60-second daily feature looking at most critical issues facing the family today. In these features, focus on the Family offers practical advice on variety of subjects of interest for the whole family. Subjects include: marital, medical, emotional, parental and many more.
Focus on the Family Africa — Is it wrong for a married person to have a friend of the opposite sex? While my spouse was away on a week-long missions trip, I enlisted a male friend from work to come over and help me care for our eighteen-month-old daughter. In the process, we ended up watching movies together or working on office-related projects after my daughter went to bed. When my husband came home, he was very unhappy about this and expressed fear that I might be involved in an affair. He seems to think it's impossible for two adults of the opposite sex to have a non-sexual relationship. He's even asked that I never spend time with this co-worker again. I'm cooperating with his request, but I can't help feeling resentful of his unfounded suspicions. What do you think?
Focus on the Family Africa — Ever see an older couple walking hand in hand? Kind of makes you smile, doesn’t it? We’ll hear from a man who is head-over-heels in love with his wife, after 25 years of marriage. Whether you’re married, or waiting for that special someone, learn how to make your marriage last a lifetime.
Focus on the Family Africa — Ngakube inkonzo iseqhulwini kangako emshadweni onempilo? Nakhu okwenza ngibuze. Siyaphikisana nowakwami. Ungitshela ukuthi inkonzo ingcwele yisacramente futhi luyimfihlakalo engcwele, nokuthi imelwe ukuba yindikimba yobudlelwano bethu. Uze asebenzise kwabaseFesu 5: 30-32 ukweyamisa lenkulumo yakhe.Angivumi mina, emva kwakho konke ,kuningi okungomshado ngaphezu kwenkonzo. Ngaphandle kwebhayibheli uqobo [1 Khorinte 7 :3-5] kubukeka lencwadi iphakamisa ukuthi inkonzo yinto nje yokwenziwa, hhayi into ejulile yokomoya. Nginomuzwa wokuthi kunabazalwane abakholwa sengathi inkonzo isemqoka ngokungaphezu kwezinga izwi eliyisho ngayo. Niyavumelana nami kulokho?
Focus on the Family Africa — These uncertain times can challenge us in many ways, but we still have hope in Christ! Pastor John Burke will offer us a glimpse of heaven. Based on thirty-five years of research and over a thousand stories backed up by Scripture, you’ll be encouraged and reminded of the eternal hope we have in Christ.